umfanekiso wolwazi olungahlungiwe — isiZulu
Umfanekiso wolwazi olungahlungiwe yindlela yokubeka izinto zomhlaba wangempela ngononina nangokungahlelekile ekhompuyutheni. Umfanekiso wolwazi olungahlungiwe wenziwa ngokwenqubo yalokho okusuke kucatshangwa engqondweni. Akulula ukuqoqa umniningwane ngamunye wesakhiwo. Ngenxa yomfanekiso wolwazi olungahlungiwe, kumele uthathe isinqumo sokuthi uzokwenza kanjani ukuba ubeke ngononina lokho okuzomela isakhiwo futhi yikuphi okudingekayo esakhiweni ofuna ukuqoqa kuso ulwazi. Isibonelo, simela isakhiwo njengechashazi futhi siqoqa ulwazi ngaso njengohlobo oluthile (okuwukuthi yindlu, isitolo, indawo edayisayo, indawo yokukhiqiza, njll.).