isivuvu — isiZulu

Isivuvu sisho ukuhamba kwento ehamba ingumshungu ethi mayifane nomoya noma namanzi uma leyo nto engumshungu yenziwa ukushisa okuthile ukuthi ihambe kodwa uthole ukuthi ithwele amandla athile njengoba ihamba, kanti lawo mandla kungaba umoya othile noma uketshezi oluthile lapho khona izingxenye ezishisayo zihambela phezulu bese kuthi lezo ezibandayo zihambele phansi.