ukuhlukaniswa — isiZulu

Ukuhlukaniswa wukubekwa kwezinto ngokwesigaba nangononina kugxilwe ezimpawini zazo. Kokubili ulwazi olungahlungiwe lohlelo lokusebenza ngezinombolo nokungelona olohlelo lokusebenza ngezinombolo luyahlukaniswa. Ulwazi olungahlungiwe okungelona olohlelo lwezinombolo lubandakanya ukusetshenziswa komhlaba. Imibala enhlobonhlobo ingasetshenziswa ekutheni ikhombise ukusebenza komhlaba othile (isb., izithunzi ezihlukene zokuluhlaza zingakhombisa ukuthi yihlathi lelo kanye namasimu). Ulwazi olungahlungiwe lwangokwezinombolo lungahlukaniswa ngokwamaqoqo ngokuthi kuvezwe ukwehluka kweqoqo ngalinye.