izinhlangothi zamaseli — isiZulu

Izinhlangothi zamaseli zivezwa wubude bonqanqama lwamaseli ayisikwele asetshenziswa emaqoqweni yemigqa yolwazi olungahlungiwe. Isibonelo yilokho okuvezwa wumfanekiso wesiphakalwazimkhathi. I-Landsat TM ikwazi ukubonisa ngama-30m aphindwe ngama-30m. Lokhu kusho ukuthi ubungako bamapikseli esithombe buba ngama-30m ubude bese kuba ngama-30m ububanzi.