ukubanjwa kwekhabhoni — isiZulu

Ukongiwa kwekhabhoni ngezindlela ezimbela noma ezibambezela ukuphuma kwayo iye emkhathini isingumoya ongcolile (ikhabhoni dayoksayidi). Lokhu kungasiza kunciphise izinga lokuguquguquka kwesimo sezulu ngokunciphisa inani lalo moya emkhathini. Izindlela ezikhuthaza ukuthi kutshalwe izihlahla isikhathi eside yisibonelo salokhu.