utilities, izinsiza — isiZulu

Lokhu kusho noma iyiphi into ewusizo noma esebenzisekayo. Kujografi, itemu elithi “utility” lisetshenziswa ikakhulukazi njengetemu elinomqondo ofanayo netemu elithi “isevisi” (“insizakalo”). Lokhu yinto eyenelisa isidingo somuntu futhi kungaba yizinto ezihlukahlukene, njengebhasi, isikole, amanzi ahlanzekile, indawo yokufihla ikhanda ephephile, noma ukutholakala kombelethisi. (Bheka ama-“services”.)