ukuhlala kwezinto ezingefani emadolobheni — isiZulu

Kusho ukwehlukana okukhona kwizinto eziphilayo ezitholakala emadolobheni. Ngokufaka phakathi izitshalo zomdabu nezenzeka ngokwemvelo ezindaweni ezingadini, emapaki kanye nakwizindawo ezinhle, ukwehlukana komdabu kwezinto eziphilayo emadolobheni kuyanda. Lezi zitshalo ziyaye bese zidonsa noma ziheha impilo yasendle, nokukhulisa kakhulu izinto eziphila ndawonye.