intuthuko esimeme — isiZulu
Inqubekelaphambili yezomnotho ekwaziyo ukuhlangabezana nezidingo zesizukulwane esikhona njengamanje, ngaphandle kokubeka engcupheni amandla ezizukulwane zangomuso okuhlangabezana nezidingo zazo. Le ncazelo, evamise ukusetshenziswa kakhulu yentuthuko esimeme, ilishaya indiva iqiniso elingephikiswe lokuthi izidingo zenhlalo yomphakathi, imvelo kanye nezomnotho kumele kudidiyelwe ngokuphelele ukuze kufezekiswe ngokuphelele ukusimama. (Bheka i-“development’, “economic development”, “economic growth, “environmental management” kanye nama-“resources”.)