izinto eziphilayo — isiZulu

Ekwahlukanisweni kwezinto eziphilayo, lezi-ke ziyisona sizinda sazo zonke izinto eziphilayo futhi sifaka phakathi imiphakathi yezinto ezihlobene nezifuzene, nezikwazi ukuthi zizalane zodwa kodwa ezingakwazi ukuthi zizalane nezinto ezivela kwelinye iqoqo. Imiphakathi engaphakathi kwizinto eziphilayo ezibonakalayo, ezinokungefani ezakuthola kubazali bazo ziyakwazi ukuzalana nezinye izinto eziphilayo ezingekho ngaphansi kweqoqo lazo kanti lezo zibizwa ngezinto eziphila ngaphansi kwezinye. Umbhalo oqondene nalokhu ubhalwa ube ngowesibili futhi uyadwetshelwa noma ubhalwe ngokuwutsheku kanti uhlamvu lokuqala alulokothwa lubhalwe ngotsheku.