uhlelokusebenza oluwumthombo ovulelekile — isiZulu

Uhlelokusebenza oluwumthombo ovulelekile yizinhlelo zekhompuyutha ezihlinzeka ngekhodi kunoma ngubani futhi luvame ukutholakala kalula ngentubalwazi yewebhusayithi. Umuntu oyisebenzisayo angakwazi ukwengeza akufunayo, afunde ikhodi, noma ayishintshe. Noma ngabe yini eyenza kube ngcono izinto kuyabelwana ngayo kubo bonke abantu abasebenzisa uhlelokusebenza.