isiyingi senayithrojini — isiZulu

Uhlelo lapho khona umoya inayithrojini uguqulwa khona ube amakhemikhali athile. Lokhu kuguqulwa kungenziwa yizinhlelo ezimayelana nempilo kanye nalezo zinhlelo ezingemayelana nempilo. Izinhlelo ezibalulekile kwisiyingi senayihtrojini zifaka phakathi ukulungisa, ukwenza kube amaminerali, ukwakheka kwama- nitites kanye nokususwa kwezinsalela zenayithrojini.