ukuncipha noma ukulahleka kwendawo eyomileyo — isiZulu

Kwizindawo ezinomswakama noma izindawo ezikwazi ukukhiqiza ngokwemvelo noma isiminyaminya sesindawo ezondliwa yimvula, indawo eniselwayo, nokuba yidlelo, ihlathi kanye nezindawo ezigcwele izingodo ngenxa yokusetshenziswa komhlaba noma ngenxa yohlelo oluthile kuhlanganisa nezinhlelo ezivela kwimisebenzi yoluntu kanye nezindlela zokuhlala ezifana nalezi: i. Ukuguguleka komhlabathi okubangelwa umoya kanye/noma amanzi; ii. Ukuguga kwezindawo ezibonakalayo, izindawo zenhlabathi ezingamakhemikhali kanye nezezinto eziphilayo okanye nezomnotho; kanye iii. Nokulahleka kwezihlahla zohlaza isikhathi eside.