isitshalo sezizwe — isiZulu

Lesi yisitshalo esethulwa (ngokuyinhloso noma ngokungenhloso abantu) sivele kwelinye izwe noma kwenye indawo yemvelo siye kwenye indawo lapho singakaze sibe khona ngaphambilini. Ezinye izitshalo nezilwane ezethulwe ngale ndlela azilimazani, kanti ezinye ziyazilimaza izinto eziphila nazo kwindalo entsha lapho zisuke sezethulwe khona.