ukuhlukaniswa ngokwezikhawu ezilinganayo — isiZulu

Indlela yokuhlukanisa ngokwezikhawu ezilinganayo yenza iqoqo elinezikhala ezilinganayo ngokwesigaba kukho konke okushintshashintshayo. Isibonelo, uma okwami okushintshashintshayo kuqala nge-0 ne-100, ngingenza izigaba ezinhlanu, okuyilezi yi-0 kuya ema-20; ngama-21 kuya ema-40; ngama-41 kuya ema-60; ngama-61 kuya ema-80; kanye nama-81 kuya ema-100, bese kutholakala inani lokushintshashintsha esigabeni ngasinye.