I-El Niño — isiZulu
Kusho ukushuba kokushisa kwamanzi kwizindawo ezisempumalanga nolwandlekazi iPacific Ocean, nokuvame kuba sogwini lweNingizimu Melika, nokugcina sekwenze ukuthi kube nokushintsha kwamaphethini omhlaba wonke kwisimo sezulu. Lesi simo kuyenzeka sibangele isikhathi eside sesomiso noma sezikhukhula. Lapha eNingizimu Afrika i-El Niño imataniswa nesomiso esithatha isikhathi eside