inhlabathi ewubumba — isiZulu

Lena yinhlabathi egcwele izicucwana eziningi ezincane nezifana nokusmapuleti nekwazi ukuthi ibumbane ngokuhamba kwesikhathi ibe yibhola elikwazi ukwenza ukuthi ukulima kanye nokumba kuleyo ndawo kube nzima kakhulu futhi kwenza ukuthi namanzi angamunceki kahle ukuya phansi.